Latest 2026 Gospel Music & Videos Hle – Nami

Hle – Nami

Hle – Nami Mp3 Song by Hle

Download this uplifting song and experience the latest masterpiece from the award-winning Christian/Gospel music sensation . Titled “Nami”, this remarkable track delivers thought-provoking lyrics along with a mesmerizing official music video. With a burning passion for sharing the Gospel through music, this gifted artist continues to impact lives powerfully.

Immerse yourself in the brilliance of Nami, a divine blend of faith and melody brought to life by Hle. This extraordinary composition is a reflection of the artist’s creativity and dedication, designed to uplift, inspire, and touch hearts deeply.

Turn up the volume and let this incredible track set the atmosphere. Share your thoughts in the comments, we’d love to hear from you. Stream it on YouTube below, download the MP3 audio, and keep the music flowing everywhere you go.

Stream on Spotify || Stream on iTunes

DOWNLOAD HERE

Nami Lyrics by Hle:
Nami ngiyathandwa
Waze wangifela
Nami wang’ sindisa
Endaweni yobumnyama
Wangiphakamisa
Wangigezisisa

Kwaze kwamnandi
Ukwazana nawe
Nami ngiyathandwa
(Angikholwa)
Waze wangifela
(Angikholwa Nami)
Nami wang’ sindisa
(Endaweni yobumnyama)
Endaweni yobumnyama

(Nami wangiphakamisa)
Wangiphakamisa
(Wangigezisis’ uBaba)
Wangigezisisa
(Kumnandi Kumnandi)
Kwaze kwamnandi

(Kumnandi Kumnandi))
Ukwazana nawe
Nami ngiyathandwa
(Ngangiyison’ esibi)
Waze wangifela
(Esasilahliwe)

Nami wang’ sindisa
(Kwathi Ngegama likaJesu)
Endaweni yobumnyama
(Nami ngathol’ insindiso)
Wangiphakamisa
(Wangiphakamisa Nami ngagezwa
Wangigezisisa

(Kumnandi Kumnandi)
Kwaze kwamnandi
Ukwazana nawe
Bhekani uthando
(Olu…)
oluyisipho kithi
(Lona alunamkhawulo)
Alunamkhawulo

(Lukwanele nawe)
Lukwanele nawe
(Yeah bhekani uthando)
Bhekani uthando
(Lona alu)
oluyisipho kithi
(Lona alunamkhawulo)
Alunamkhawulo

(Lukwanele nawe)
Lukwanele nawe
Nami ngiyathandwa
(Ngiyathandwa nami)
Waze wangifela
(Nami wang’sindisa)
Nami wang’ sindisa
(Endaweni yena)

Endaweni yobumnyama
(Wangiphakamisa)
Wangiphakamisa
(Wangigeza ngabamhlophe qwa)
Wangigezisisa
(Ngiyabonga Baba)

Kwaze kwamnandi
(Ngiyabonga Baba ukwazana)
Ukwazana nawe
(Nami Nami Nami ngiyathandwa)
Nami ngiyathandwa
(Angikholwa Nami ngakhethwa))
Waze wangifela

(Wangisindisa uBaba)
Nami wang’ sindisa
(Wangikhulula uBaba Endaweni)
Endaweni yobumnyama
(Wangiphakamisa Isabel sakhe)
Wangiphakamisa
(Besinge’sfishane ngenxa yami)
Wangigezisisa

(Ngiyabonga Ngiyabonga Ngiyabonga Baba)
Kwaze kwamnandi
(Ukwazana)
Ukwazana nawe
Bhekani uthando
(Olu)
Oluyisipho kithi
(Lona alunamkhawulo)
Alunamkhawulo

Lukwanele nawe
(Yeah yeah sithi bhekani)
Bhekani uthando
(Oluyisipho kuthi)
Oluyisipho kithi
(Lubanzi alunamkhawulo)
Alunamkhawulo
(Njengolwandle)

Lukwanele nawe
(Yeah yeah sithi bhekani uthando)
Bhekani uthando
(Lona oluyi…)
Oluyisipho kithi
(Lona alu…)
Alunamkhawulo
(Lukwanele nawe)
Lukwanele nawe

(Nawe uyathandwa)
Bhekani uthando
(Nawe ukhethiwe)
Oluyisipho kithi
(Nawe utakuliw’ odakeni)
Alunamkhawulo
(Lukwanele)

Lukwanele nawe
(Uyamenywa nawe)
Nawe uyathandwa
(Uyamenywa nawe)
Nawe wakufela
(Kwaze kwamnandi)
Kwaze kwamnandi

(Kumnandi Kumnandi Kumnandi)
Kwaze kwamnandi ukwazana naye
(Kumnandi Kumnandi Kumnandi)
Kwaze kwamnandi ukwazana naye
(Sosuka sith siyaphi kwaze)
Kwaze kwamnandi ukwazana naye
(Sosuka sithi siyaphi Jesu)

Kwaze kwamnandi ukwazana naye
Sithi bhekani uthando
Oluyisipho kithi
Alunamkhawulo Lukwanele nawe
Sithi bhekani uthando
Oluyisipho kithi
Alunamkhawulo Lukwanele nawe

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here